TREP Funding Workshop

Event Date:
Start at 9:00 AM
November 16, 2023
E-Mail
events@okhahlamba.gov.za
meetings@okhahlamba.gov.za

IHhovisi lakwa Local Economic Development ngaphansi ko maspala Okhahlamba limema bonke osomabhizinisi abanesifiso soku-applyela iTREP FUNDING ngaphansi komnywango wakwa SEDA/SEFA ukuthi beze ku workshop lapho kuzobe kulekelelwa ngokugcwalisa kwe-form elitholakala emahhovisi omkhandlu – Okhahlamba Local Municipality. Lolu hlobo lwe Funding alukhethi luthatha wonke umuntu onezimfanelo eziphelele.